UJeremiya 48:32 - IsiZulu 202032 Ngiyakukhalela wena mvini waseSibhina, ngikukhalela kakhulu kuneJazeri, ngokuba amagatsha akho alwedlulile ulwandle, aze afinyelela olwandle eJazeri. Umbhubhisi uzakuthelekela izithelo zenu namagilebhisi enu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE32 Ngiyakukhalela wena mvini waseSibima kunokukhala kukaJazeri; amagatsha akho adlulile ulwandle, afinyelela elwandle lwakwaJazeri; umchithi uthelekele phezu kwezithelo zenu namavini enu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202432 Wena mvini waseSibima, ngiyakukhalela ngokukhala kukaJaseri; izitshalo zakho zawela ulwandle, zafinyelela olwandle lwaseJaseri; umchithi uwile ezithelweni zakho zasehlobo nasekuvunweni kwakho kwemivini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |