Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 48:30 - IsiZulu 2020

30 Ngiyakwazi ukuzidla kwakhe,” kusho uSimakade “ukuzikhukhumeza kwakhe kuyize, nezenzo zakhe azisizi ngalutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Ngiyazi intukuthelo yakhe,” usho uJehova; “amacebo akhe ayinkohliso, nalokhu akwenzayo kuyinkohliso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngiyayazi intukuthelo yakhe,” usho uJehova; kodwa akuyikuba njalo; amanga akhe ngeke asebenze kanjalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 48:30
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USimakade ushafisa icebo labezizwe, afojise amacebo ezizwe.


Ngokuba ukuphakanyiswa akuveli empumalanga, entshonalanga nasehlane ezintabeni,


Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, asikho iseluleko, okungamelana noSimakade.


Sizwile ngokuziqhayisa kukaMowabi ukuthi uphakeme kakhulu, nangokuzidla kwakhe, nokuqhosha kwakhe, nokuchwensa kwakhe; ukuzikhukhumeza kwakhe kuyize.


Inkemba ifike phezu kwabaphrofethi bamanga, babe yiziwula; inkemba ifike phezu kwamaqhawe alo, aphele amandla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ