UJeremiya 48:26 - IsiZulu 202026 “Mdakiseni, ngokuba uzikhukhumezile kuSimakade; uMowabi makahuquzele ebuhlanzweni bakhe, abe yinhlekisa futhi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE26 “Mdakiseni, ngokuba uzikhukhumezile kuJehova; uMowabi makahuquzele ebuhlanzweni bakhe, abe ngohlekwayo naye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202426 Mdakiseni, ngokuba uzikhukhumezile kuJehova; UMowabi naye uyakuhuquza ebuhlanzweni bakhe, naye abe usulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile wamelana neNkosi yasezulwini. Balethe kuwe izitsha zendlu yakhe; wena, nezinduna zakho, nomkakho, nezancinza zakho naphuza iwayini ngazo. Wena ubadumisile onkulunkulu besiliva, abegolide, abethusi, abensimbi, abomuthi, nabetshe, abangaboni, abangezwa, abangazi, kodwa awumdumisanga uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho.