Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 46:9 - IsiZulu 2020

9 Khuphukani, mahhashi, nibhembuluke zinqola, mawaphume amaqhawe: uKhushe noPhuthi babambe izihlangu, namaLudi abambe umnsalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Yenyukani, mahhashi, nihlanye, zinqola, aphume amaqhawe: oKushe noPhuthi ababambe izihlangu, namaLudi abambe ensala umnsalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Khuphukani nina mahhashi! nokufutheka, zinqola! futhi amaqhawe aphume; amaKushe namaLubhi aphatha isihlangu; kanye nabaseLidiya abaphatha futhi bagoba umnsalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 46:9
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UMizirayimi wazala amaLudi, ama-Anami, amaLehabi, amaNafethuhi,


Amadodana kaHamu kwakunguKhushe, uMizirayimi, uPhuthi, noKhanani.


UMizirayimi wazala amaLudi, ama-Anami, amaLehabhi, amaNafethuhi,


“Ngiyakubeka isibonakaliso phakathi kwazo, ngithumele abasindileyo babo kwabezizwe, eTharishishi, ePhuli, naseLudi; abansala umnsalo eThubhali naseJavani, eziqhingini ezikude, ezingawuzwanga umbiko ngami, ezingayibonanga inkazimulo yami, ukuze balande ngenkazimulo yami ezizweni.


“Ngokuba usho kanje uSimakade, uthi: “ ‘Sizwile izwi lokwesaba, nelengebhe futhi akukho ukuthula.


Ngomsindo wokugabadula kwezinselo zamahhashi akhe anamandla, ngobukhehlekhehle bezinqola zakhe, nangomsindo wamasondo akhe; oyise ababheki emuva kubantwana, ngenxa yobuntekenteke bezandla zabo,


“Lolani imicibisholo, nithathe izihlangu. USimakade uvivise amakhosi aseMediya, ngokuba inhloso yakhe ngeBhabhele ngukuba alibhubhise; lokhu kuyimpindiselo kaSimakade, impindiselo ngethempeli lakhe.


“ ‘AbasePheresiya abaseLude nabasePhuthi babesempini yakho, bengamabutho empi yakho. Baphanyeka kuwe izihlangu nezigqoko zempi; bakuhlobisa waba muhle.


Inkemba izokwehlela eGibhithe, kube nobumayemaye eKhushe, lapho abagwaziweyo befumbeka phansi eGibhithe; bazoyithatha ingcebo yalo, kudilizwe nezisekelo zalo.


“ ‘IKhushe, iPhuthi, iLude, neKhubi, nabantu bezwe abenze isivumelwano nabo bazokufa ngenkemba.


IKhushe neGibhithe kwakungamandla alo angenakuphela; uPhuthi namaLibhiya kungabasizi bakho.


eFrigiya, ePhamfiliya, eGibhithe, eLibhiya ngaseKhurene, izihambi ezivela eRoma,


NguYena oyakuniqinisa nani kuze kube sekugcineni, ningabi nacala ngosuku lweNkosi yethu uJesu Khristu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ