Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 46:4 - IsiZulu 2020

4 Bophelani amahhashi, nigibele amahhashi empi, nime ngomumo; nifake izigqokozivikeli, nemikhonto eloliwe, nembathe namabhantshi ensimbi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bophelani amahhashi, nikhwele nina bamahhashi, nisuke nime ninezigqoko zempi, niphucuze imikhonto, nembathe amabhantshi ensimbi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bophelani amahhashi; sukumani nina bamahhashi, nisukume nifake izigqoko zokuzivikela; agwaze imikhonto agqoke ama-brigandines.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 46:4
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Uziya wawalungisela wonke amabutho akhe izihlangu, imikhonto, izigqoko, amabhantshi, iminsalo namatshe ezindwayimane.


Kusukela ngalolo lusuku enye ingxenye yezinceku zami yakha, enye yaphatha imikhonto, amahawu, iminsalo nezivikelo zesifuba. Abaholi babeseka abendlu yakwaJuda,


Hlanganani zizwe, nishaqeke. Bekani indlebe nina mazwe akude: bophani izinkalo zenu, nokho niyodangala; yebo, bophani izinkalo zenu, kodwa niyakudangala.


“Memezelani eGibhithe, nimemezele eMigidoli; yenzani isimemezelo eNofi naseThahiphanesi, nithi: ‘Sukumani, nime ngomumo, ngokuba inkemba izodla nxazonke zakho.’


“Lolani imicibisholo, nithathe izihlangu. USimakade uvivise amakhosi aseMediya, ngokuba inhloso yakhe ngeBhabhele ngukuba alibhubhise; lokhu kuyimpindiselo kaSimakade, impindiselo ngethempeli lakhe.


Ningamniki thuba lokuciba ngomnsalo wakhe owaseBhabhele, makangahlomi ngezikhali zakhe. Izinsizwa zalo ningazisindisi, niwaqede nya amabutho alo.


“Wena ndodana yomuntu, phrofetha uthi: ‘Isho kanje iNkosi uNkulunkulu ngabakwa-Amoni nangehlazo labo, ithi: wena batshele, uthi: “ ‘ “Inkemba, inkemba ihoshiwe, yamenyezeliselwa ukuba ibulale, futhi iqothule njengonyazi,


“Memezelani lokhu ezizweni, zilungiseleni impi, vivisani amabutho. Awasondele, akhuphuke amabutho.


USawule wamgqokisa uDavide izingubo zakhe zempi, wamethwesa isigqoko sethusi ekhanda, wamembathisa nebhantshi lensimbi.


Wayefake isigqokosivikeli sethusi ekhanda, egqoke ibhantshi lensimbi. Isisindo sebhantshi sasingamashekeli ethusi ayizi-5 000.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ