Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 44:9 - IsiZulu 2020

9 Senizikhohliwe yini izenzo ezimbi zokhokho benu, ezamakhosi akwaJuda, nezamakhosikazi awo; izenzo zenu ezimbi nezamakhosikazi enu enazenzayo ezweni lakwaJuda nasemigwaqweni eJerusalema na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Nikhohliwe yini ububi bukayihlo, nobubi bamakhosi akwaJuda, nobubi bamakhosikazi awo, nobubi benu, nobubi bawomkenu ababebenza ezweni lakwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Senikhohliwe yini ububi bawoyihlo nobubi bamakhosi akwaJuda nobubi babafazi bawo nobubi benu nobubi bawomkenu ababenza ezweni lakwaJuda nasezitaladini zezwe laseJerusalema?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 44:9
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngabe impepho enayishisa emizini yakwaJuda nasemigwaqweni eJerusalema, nina nokhokho benu, namakhosi enu, nezikhulu zenu nabantu bezwe, uSimakade akayikhumbulanga yini, yavuka enhliziyweni yakhe na?


Niyofika yini nime phambi kwami, kule ndlu ebizwa ngeGama lami, nithi: “Sihlengiwe,” ukuze nenze zonke lezi zinengiso na?


“ ‘Niyokweba yini, nibulale, niphinge, nifunge amanga, nishisele uBhali impepho, nilandele abanye onkulunkulu eningabaziyo na?


“Khumbula, ungakhohlwa ukuthi wamthukuthelisa uSimakade uNkulunkulu wakho ehlane. Benihlale nimhlubuka uSimakade kusukela osukwini owaphuma ngalo eGibhithe waze wafika kule ndawo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ