UJeremiya 42:17 - IsiZulu 202017 Kuyakuthi bonke abantu abayakulibhekisa eGibhithe ukuba bagogobale khona; bafe ngenkemba, ngendlala nangobhubhane, akuyukuba bikho oyosinda, aphunyuke enhlekeleleni engiyobehlisela yona.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Kuyakuba njalo bonke abantu ababhekisa ubuso babo ukuya eGibithe ukuba bagogobale khona; bayakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo, kungabikho kubo oyakusala, aphunyuke ebubini engiyakubehlisela phezu kwabo.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202417 Kuyakuba njalo kuwo wonke amadoda abhekisa ubuso bawo ukuya eGibithe ukuba agogobale khona; bayakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo; futhi akukho noyedwa kubo oyosala noma ophunyuka ebubini engiyobehlisela phezu kwabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |