UJeremiya 41:18 - IsiZulu 202018 bebalekela amaKhaledi, ngokuba babewesaba, lokhu u-Ishmayeli, indodana kaNethaniya, wayebulele uGedaliya, indodana ka-Ahikamu, owayebekwe yinkosi yaseBhabhele ukuba abe ngumbusi ezweni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 ngenxa yamaKaledi, ngokuba babewesaba, lokhu u-Ishmayeli indodana kaNethaniya ebembulele uGedaliya indodana ka-Ahikamu, inkosi yaseBabele eyamenza umbusi ezweni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Ngenxa yamaKaledi, ngokuba ayewesaba, u-Ishmayeli indodana kaNethaniya wabulala uGedaliya indodana ka-Ahikamu, inkosi yaseBabele eyayimmisile ukuba abe ngumbusi ezweni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Engakathathi isinqumo, yathi kuye: “Buyela kuGedaliya, indodana ka-Ahikamu kaShafani, inkosi yaseBhabhele embeke ukuba abe ngumbusi obusa imizi yakwaJuda, uyohlala naye phakathi kwabantu, noma-ke uyakuya noma kuphi lapho uthanda ukuya khona.” Induna yabalindi yayisimnika umphako nesipho, yamdedela ukuba ahambe.