UJeremiya 4:9 - IsiZulu 20209 “Kuyakuthi ngalolo lusuku,” kusho uSimakade, “inhliziyo yenkosi idangale nezinhliziyo zezikhulu; abaphristi bayakumangala, abaphrofethi bathuthumele.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 “Kuyakuthi ngalolo suku,” usho uJehova, “inhliziyo yenkosi iphele kanye nezinhliziyo zezikhulu; abapristi bayakumangala, abaprofethi bethuke.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Ngalolo suku, usho uJehova, inhliziyo yenkosi nenhliziyo yezikhulu kuyakubhubha; futhi abapristi bayomangala, futhi abaprofethi bayomangala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |