Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 4:3 - IsiZulu 2020

3 Usho kanje uSimakade kubantu bakwaJuda nabaseJerusalema, uthi: “Qathani umqatho wenu, ningatshali phakathi kwameva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba usho kanje uJehova kubantu bakwaJuda nabaseJerusalema, uthi: “Qathani umqatho wenu, ningatshali phakathi kwameva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba usho kanje uJehova kubantu bakwaJuda naseJerusalema, uthi: “Zilibeleni insimu yenu, ningahlwanyeli emeveni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 4:3
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umhlabathi uyokuvezela ameva namakhakhasi, uphile ngokudla okuvela kuwo.


kodwa ngonyaka wesikhombisa uyakuyiphumuza, awuyukuyilima; uyakuyiyeka ibe yifusi, ukuze abampofu bakini badle, kuthi lokho abakushiyayo kudliwe yizilwane zasendle. Uyokwenza kanjalo nangesivini sakho nangeminqumo yakho.


Zihlwanyeleleni ukulunga, nivune umlomo wothando, niqathe insimu yenu engalinyiwe, ngokuba sekuyisikhathi sokufuna uSimakade, aze afike, anise ukulunga phezu kwenu.


Lokho okuhlwanyelwe emeveni, yilowo ozwa izwi, kuthi iminako yalesi sikhathi nokukhohlisa kwengcebo kuliminyanise izwi, abe ngongatheliyo.


Enye yawela emeveni, ameva akhula, ayiminyanisa.


Enye imbewu yawela emeveni, ameva akhula, ayiminyanisa, ayaze yathela sithelo.


Abawele emeveni, yilabo okuthi sebelizwile izwi, bahambe, baminyaniswe yiminako, yingcebo, nenjabulo yokuphila, bangatheli izithelo eziqhamileyo.


Enye yawela phakathi kwameva; akhula kanye nayo, ayiminyanisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ