UJeremiya 39:14 - IsiZulu 202014 ukuba uJeremiya akhishwe egcekeni labalindi. Bamedlulisela kuGedaliya, indodana ka-Ahikamu kaShafani, ukuba amyise ekhaya; wayesehlala phakathi kwabantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 bathuma bamkhipha uJeremiya egcekeni letilongo, bamnikeza kuGedaliya indodana ka-Ahikamu kaShafani ukuba amyise ekhaya; wayesehlala phakathi kwabantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Bathumela bamthatha uJeremiya egcekeni letilongo bamnikela kuGedaliya indodana ka-Ahikamu kaShafani ukuba amlethe ekhaya; ngalokho wahamba wayohlala phakathi kwabantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Engakathathi isinqumo, yathi kuye: “Buyela kuGedaliya, indodana ka-Ahikamu kaShafani, inkosi yaseBhabhele embeke ukuba abe ngumbusi obusa imizi yakwaJuda, uyohlala naye phakathi kwabantu, noma-ke uyakuya noma kuphi lapho uthanda ukuya khona.” Induna yabalindi yayisimnika umphako nesipho, yamdedela ukuba ahambe.