Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 38:5 - IsiZulu 2020

5 UZedekiya, inkosi, wayesethi: “Bhekani, usesandleni senu, ngokuba inkosi ayinamandla okuphikisana nani.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 USedekiya inkosi wayesethi: “Bhekani, usesandleni senu, ngokuba inkosi ayinamandla okuphambana nani ngalutho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Inkosi uZedekhiya yasisithi: Khangelani, usesandleni senu, ngoba kayisiyo inkosi engenza ulutho phezu kwenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 38:5
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wathi: “Ngizokwenzenjani ngani madodana kaZeruya, njengoba namuhla nimelane nami na? Kufanele yini ukuba namuhla kube khona obulawayo kwa-Israyeli na? Kanti angazi yini ukuthi namuhla ngiyinkosi kwa-Israyeli, na?”


Nami ngibuthakathaka namuhla nakuba ngigcotshiwe ukuba ngibe yinkosi; laba bantu, amadodana kaZeruya, abalawuleki; uSimakade makaphindisele kulowo owenza okubi njengokwenza kwakhe okubi.”


Ukwesaba abantu ngukuzibekela ugibe, kepha owethemba uSimakade uyalondeka.


Kepha mina, bhekani, ngisesandleni senu; ukuba nenze kimi njengalokho enikubona kukuhle futhi kulungile emehlweni enu.


UZedekiya, inkosi, wathumela ukuba alandwe; inkosi yambuza ngasese esigodlweni sayo, yathi: “Likhona yini izwi elivela kuSimakade na?” UJeremiya, wathi: “Likhona.” Wathi futhi: “Uyakunikelwa esandleni senkosi yaseBhabhele.”


Yayisiyaleza inkosi, walethwa uDaniyeli, waphonswa emphandwini wezingonyama. Inkosi yakhuluma, yathi kuDaniyeli: “Sengathi uNkulunkulu wakho omkhonza njalo angakuhlenga.”


Kwase kulethwa itshe, labekwa emlonyeni womphandu. Inkosi yalinamathelisa ngendandatho yayo nangendandatho yezikhulu zayo, ukuze kungaguqulwa lutho maqondana noDaniyeli.


USawule wayesethi kuSamuweli: “Ngonile, ngeqa umthetho kaSimakade namazwi akho, ngesaba abantu, ngalalela izwi labo.


U-Akhishi waphendula, wathi kuDavide: “Ngiyazi ukuthi umuhle emehlweni ami, ufana nengelosi kaNkulunkulu, nokho abakhuzi bempi yamaFilisti bathe: ‘Akayukukhuphuka nathi, aye empini.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ