UJeremiya 38:27 - IsiZulu 202027 Zonke izikhulu zafika kuJeremiya, zambuza. Wazitshela wonke lawo mazwi njengalokhu inkosi yayimyalile. Zathula-ke, zasuka kuye, alwaze lwaziwa udaba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Zonke izikhulu zafika kuJeremiya, zambuza. Wazitshela onke lawa mazwi inkosi emyale ngawo. Zathula, zasuka kuye, ngokuba indaba ayizwakalanga. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202427 Zase zifika zonke izikhulu kuJeremiya, zambuza, wazitshela njengawo onke lawa mazwi inkosi eyalile ngawo. Basebeyeka ukukhuluma laye; ngoba indaba ayizange inakwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |