Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 37:20 - IsiZulu 2020

20 Ngakho-ke ake ulalele nkosi yami, nkosi, ake kuzwakale ukunxusa kwami engikwethula kuwe, ungangibuyiseli endlini kaJonathani, umbhali, funa ngifele khona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ake uzwe manje, nkosi yami, nkosi; ukunxusa kwami makufike phambi kwakho ukuba ungangibuyiseli endlini kaJonathani umbhali, funa ngifele khona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngakho-ke, lalela, nkosi yami, nkosi; ukunxusa kwami makwamukeleke emehlweni akho; ukuze ungangivumeli ngibuyele endlini kaJonathani umbhali, ukuze ngingafele khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 37:20
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ukunxusa kwami makufinyelele phambi kwakho; ngihlenge ngokwezwi lakho.


Kuphela yazini nokwazi ukuthi uma ningibulala, niyakwehlisela igazi elingenacala phezu kwenu, phezu kwalo muzi, naphezu kwabakhileyo kuwo, ngokuba ngokweqiniso nguSimakade ongithume kini ukuba ngisho wonke lawa mazwi ezindlebeni zenu.”


Mhlawumbe ukunxusa kwabo kungase kufike phambi kukaSimakade, baphenduke, yilowo nalowo endleleni yakhe embi, ngokuba inkulu intukuthelo nolaka uSimakade akhulume ngakho kulaba bantu.”


uyothi kubo: ‘Ngizinxusele enkosini ukuba ingangibuyiseli endlini kaJonathani, funa ngifele khona.’ ”


UJeremiya wasala egcekeni labalindi kwaze kwaba wusuku elanqotshwa ngalo iJerusalema.


bathi kuJeremiya, umphrofethi: “Ake sethule ukunxusa kwethu kuwe; sikhulekele kuSimakade uNkulunkulu wakho, unxusele yonke le nsali, ngokuba sesisele siyingcosana kwabaningi, njengalokhu nawe uzibonela ngawakho amehlo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ