UJeremiya 36:7 - IsiZulu 20207 Mhlawumbe ukunxusa kwabo kungase kufike phambi kukaSimakade, baphenduke, yilowo nalowo endleleni yakhe embi, ngokuba inkulu intukuthelo nolaka uSimakade akhulume ngakho kulaba bantu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Mhlawumbe ukunxusa kwabo kuyakufika phambi kukaJehova, babuye, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, ngokuba inkulu intukuthelo nokufutheka akukhulumileyo uJehova ngalaba bantu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Mhlawumbe bayoletha ukunxusa kwabo phambi kukaJehova futhi baphenduke, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, ngoba inkulu intukuthelo nokufutheka okukhulu uJehova akukhulumile ngokumelene nalaba bantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |