UJeremiya 31:16 - IsiZulu 202016 Usho kanje uSimakade, uthi: “Bamba izwi lakho, ungakhali, namehlo akho angabi nazinyembezi, ngokuba kuyakuba khona umvuzo ngomsebenzi wakho, babuye ezweni lesitha,” kusho uSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Usho kanje uJehova, uthi: “Bamba izwi lakho, ungakhali, amehlo akho angabi nazinyembezi, ngokuba umsebenzi wakho uyakuba nomvuzo,” usho uJehova, “babuye ezweni lesitha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Usho kanje uJehova, uthi: “Bambisa izwi lakho ekukhaleni namehlo akho ezinyembezini, ngokuba umsebenzi wakho uyakuba nomvuzo,” usho uJehova; futhi bayobuya ezweni lesitha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
umsindo wokujabula nowentokozo, izwi lomyeni nelikamakoti, izwi lalabo abathi: “ ‘ “Bongani uSimakade Wamabandla, ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade.” “ ‘Kuyozwakala nezwi labaletha iminikelo yokubonga endlini kaSimakade, ngokuba izwe ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwalo, liphinde libe njengakuqala,’ kusho uSimakade.