UJeremiya 30:16 - IsiZulu 202016 “ ‘Ngalokho bonke abakudlayo nabo bayakudliwa, zonke izitha zakho ngothi lwazo ziyakuthunjwa, nalabo abakuphangayo bayakuphangwa, nabo bonke abakuqhwagayo ngiyakubenza impango. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 “ ‘Ngalokho bonke abakudlayo bayakudliwa, nabo bonke abamelene nawe bayakuthunjwa bonkana, nabakuphangayo bayakuphangwa, nabo bonke abakwamukayo ngiyakubanikela ukuba bamukwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Ngakho bonke abakudlayo bayakuqedwa; zonke izitha zakho ziyakuya ekudingisweni, kube yileso naleso; okuphangayo uyakuba yimpango, nabo bonke abakuphangayo ngiyakubanikela kube yimpango. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |