UJeremiya 3:2 - IsiZulu 20202 “Phakamisela amehlo akho emadulini angamaqwaqwasi, ubone, kukuphi lapho ongazinikelanga kwalalwa khona nawe na? Ubahlalele ngasezindleleni, ubufana nomArabhi ehlane, walingcolisa izwe ngobufebe nangobubi bakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 “Phakamisela amehlo akho emadulini angenalutho, ubone; kuphi lapho ongalalwanga khona na? Ngasezindleleni ubahlalele njengomArabiya ehlane, walingcolisa izwe ngobufebe nangobubi bakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 Phakamisela amehlo akho ezindaweni eziphakemeyo, ubone lapho ongazange ube namanga khona. Wahlala phansi ngenxa yabo ezindleleni njengomArabiya ehlane; futhi ulingcolisile izwe ngobufebe bakho nangobubi bakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
ngesikhathi sengibangenise ezweni engangifungile ukuthi ngiyobanika lona. Kwathi lapho bebona amagquma aphakemeyo nazo zonke izihlahla ezinamacembe, base benikela lapho ngemihlatshelo yabo, bangichukuluza ngeminikelo yabo, benza lapho kwaba nephunga elimnandi, bathululela lapho iminikelo yokuphuzwayo.