UJeremiya 27:7 - IsiZulu 20207 Zonke izizwe ziyakumkhonza, yena nendodana yakhe, nendodana yendodana yakhe, kuze kufike isikhathi sokuwa kwezwe lakhe, izizwe eziningi namakhosi amakhulu ayomenza isikhonzi sawo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Zonke izizwe ziyakumkhonza, yena nendodana yakhe, nendodana yendodana yakhe, kuze kufike isikhathi sezwe lakhe, izizwe eziningi namakhosi amakhulu babakhonzise. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Zonke izizwe ziyomkhonza yena, nendodana yakhe, nendodana yendodana yakhe, kuze kufike isikhathi sezwe lakhe, khona-ke izizwe eziningi namakhosi amakhulu ziyokhonza ngaye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Bhekani, ngizakumnikela uFaro Hofira, inkosi yaseGibhithe, esandleni sezitha zakhe nasesandleni salabo abafuna ukuphila kwakhe, njengalokhu nganikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, esandleni sikaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhiloni, isitha sakhe esasifuna ukuphila kwakhe.’ ”