Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 27:3 - IsiZulu 2020

3 ukuthumele enkosini yakwa-Edomi, kweyakwaMowabi, enkosini nakubantu bakwa-Amoni, kweyaseThire neyaseSidoni, ngesandla sezithunywa ezifike eJerusalema kuZedekiya, inkosi yakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 ukuthume enkosini yakwa-Edomi, nasenkosini yakwaMowabi, nasenkosini yabantwana bakwa-Amoni, nasenkosini yaseTire, nasenkosini yaseSidoni ngesandla sezithunywa ezifika eJerusalema kuSedekiya inkosi yakwaJuda,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 uzithume enkosini yakwa-Edomi, nasenkosini yakwaMowabi, nasenkosini yabantwana bakwa-Amoni, nasenkosini yaseTire, nasenkosini yaseSidoni, ngesandla sezithunywa eziza eJerusalema kuSedekiya inkosi yakwaJuda;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 27:3
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayihlubuka futhi nenkosi uNebukhadinezari eyayimfungisile ngoSimakade, wayenza lukhuni intamo yakhe, nenhliziyo yakhe wayenza lukhuni, akaze aphendukela kuSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli.


Yiba nezinhloni wena Sidoni, ngokuba ulwandle lukhulumile, inqaba yolwandle, ithi: “Angisikwanga, angibelethanga, angikhulisanga nsizwa, angondlanga ntombi.”


Ngakhuluma amazwi afanayo enkosini yakwaJuda, uZedekiya, ngathi: “Bekani izintamo zenu phansi kwejoka lenkosi yaseBhabhele, niyikhonze, yona nabantu bayo, niphile.


Uyakuziyala ukuba zithi emakhosini azo: ‘usho kanje uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Niyakusho kanje emakhosini enu, nithi:


Kwathi ngonyaka uZedekiya, inkosi yakwaJuda, aqala ngawo ukubusa; uHananiya, indodana ka-Azuri, umphrofethi waseGibheyoni, wakhuluma kimi endlini kaSimakade, phambi kwabaphristi nabantu bonke; ngonyaka wesine, ngenyanga yesihlanu, wathi:


“Ndodana yomuntu, uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, wawasebenzisa kanzima amabutho akhe ngesikhathi emelene neThire. Wonke amakhanda enziwa izimpandla, namahlombe wonke aklunyulwa, kodwa yena namabutho akhe abakhokhelwanga lutho ngomsebenzi wabo wokuhlasela iThire.


Usho kanje uSimakade uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zabaseThire, impela, ngenxa yezine, angiyukuguquka, ngokuba bathumba abantu ngothi lwabo babakhaphela ku-Edomi, bangasikhumbula isivumelwano sabafowabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ