UJeremiya 27:22 - IsiZulu 202022 ‘Iyakuyiswa eBhabhele, ihlale lapho, kuze kufike usuku engiyoyibuyisa ngalo, bese ngiyikhuphula, ngiyibuyisele kule ndawo,’ kusho uSimakade.” “Bese ngiyibuyisa ngiyilethe kule ndawo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 ‘Ziyakuyiswa eBabele, zibe khona, kuze kufike usuku lokuzihambela kwami,’ usho uJehova. ‘Bese ngizikhuphula, ngizibuyisele kule ndawo.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202422 Ziyakuthunjelwa eBabele, zibe khona kuze kube lusuku engizihambela ngalo,” usho uJehova; ngiyakubakhuphula, ngibabuyisele kule ndawo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile wamelana neNkosi yasezulwini. Balethe kuwe izitsha zendlu yakhe; wena, nezinduna zakho, nomkakho, nezancinza zakho naphuza iwayini ngazo. Wena ubadumisile onkulunkulu besiliva, abegolide, abethusi, abensimbi, abomuthi, nabetshe, abangaboni, abangezwa, abangazi, kodwa awumdumisanga uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho.