UJeremiya 27:20 - IsiZulu 202020 angazithathanga uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ngesikhathi ethumba uJekhoniya, indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, eJerusalema, emyisa eBhabhele, nezikhulu zonke zakwaJuda naseJerusalema, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE20 angazithathanga uNebukadinesari inkosi yaseBabele ekuthumbeni kwakhe uJekoniya indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, eJerusalema, wamyisa eBabele nabakhulu bonke bakwaJuda nabaseJerusalema; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202420 angawuthathanga uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, ekuthumbeni kwakhe uJekoniya, indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, eJerusalema, emyisa eBabele, nazo zonke izikhulu zakwaJuda naseJerusalema; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
USimakade wangikhombisa; bheka, amaqoma amabili ayenamakhiwane ebekwe phambi kwethempeli likaSimakade, emveni kokuba uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ayesethumbe oJekhoniya indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakwaJuda, nezingcweti nabacangcathi bensimbi, ebathumbe eJerusalema, wabayisa eBhabhele.