UJeremiya 23:32 - IsiZulu 202032 Bheka, ngimelene nabaphrofethi abaphupha amanga,” kusho uSimakade, “bawalandise, badukise abantu bami ngamanga abo nangobudedengu babo. Mina-ke angibathumanga, angibayalanga, futhi ababasizanga ngalutho laba bantu,” kusho uSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE32 Bheka, ngimelene nabaprofetha amaphupho amanga,” usho uJehova, “bawalandise, badukise abantu bami ngamanga abo nangokuwawaza kwabo; mina-ke angibathumanga nokho, angibayalanga, futhi abasizanga laba bantu,” usho uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202432 “Bheka, ngimelene nabaprofetha amaphupho amanga,” usho uJehova, “bawatshele, badukise abantu bami ngamanga abo nangenkohliso yabo; kodwa angibathumanga, futhi angibayalanga; ngalokho abayikubasiza laba bantu nangayiphi indlela,” usho uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |