UJeremiya 23:22 - IsiZulu 202022 Uma babemile emkhandlwini wami, bebeyokwenza abantu bami bawezwe amazwi ami, bebeyobanqanda endleleni yabo embi, nasezenzweni zabo zokukhohlakala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 Uma bebemi emkhandlwini wami, nga bezwisile abantu bami amazwi ami, bababuyise endleleni yabo embi, nasebubini bezenzo zabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202422 Kodwa uma bebemile ekululekeni kwami futhi bavumele abantu bami bezwe amazwi ami, khona-ke ngabe baphendukile endleleni yabo embi nasebubini bezenzo zabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngathumela izinceku zami, abaphrofethi, ngibathuma ngiphindelela, ngithi: “Ake niphenduke, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nenze imisebenzi yenu ibe mihle, ningalandeli abanye onkulunkulu ukuba nibakhonze; yikhona niyakuhlala ezweni engalinika nina nokhokho benu.” “ ‘Kepha aniyibekanga indlebe yenu, aningilalelanga.