UJeremiya 23:12 - IsiZulu 202012 “Ngakho-ke indlela yabo iyakuba bushelelezi kubo; bayakududulelwa ebumnyameni, bawe kubo; ngiyobehlisela inhlekelele ngonyaka engiyobajezisa ngawo,” kusho uSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 “Ngalokho indlela yabo iyakuba yizindawo ezibushelelezi; bayakusunduzwa ebumnyameni, bawe kubo, ngokuba ngiyakubehlisela okubi ngomnyaka wokuhanjelwa kwabo,” usho uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 Ngalokho indlela yabo kubo iyakuba njengezindlela ezibushelelezi ebumnyameni; bayakuxoshwa, bawele kuwo; ngoba ngiyobehlisela inhlekelele, unyaka wokuhanjelwa kwabo,” kusho uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |