UJeremiya 22:28 - IsiZulu 202028 Le ndoda, uKhoniya, iyibhodwe elidelelwayo, noma isitsha esingafunwa muntu. Kungani ukuba yena nozalo lwakhe belahliwe, balahlelwa ezweni abangalaziyo na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE28 Lo muntu uKhoniya uyisitsha esidelelweyo nesaphukileyo na? Uyindebe okungekho kuyo intokozo na? Uzwitshelweni yena nenzalo yakhe, balahlelwa ezweni abangalaziyo, na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202428 Lo muntu uKoniya uyisithombe esidelelekile esiphukileyo na? Uyisitsha esingathokozisiyo na? Bakhishelwani, yena nenzalo yakhe, baphonswe ezweni abangalazi na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
USimakade wangikhombisa; bheka, amaqoma amabili ayenamakhiwane ebekwe phambi kwethempeli likaSimakade, emveni kokuba uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ayesethumbe oJekhoniya indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakwaJuda, nezingcweti nabacangcathi bensimbi, ebathumbe eJerusalema, wabayisa eBhabhele.