Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 22:19 - IsiZulu 2020

19 Uyakungcwatshiswa okwembongolo, ahudulwe, alahlwe ngale kwamasango eJerusalema.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Uyakumbelwa ngokumbelwa kwembongolo, ahudulwe alahlwe ngale kwamasango aseJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uzangcwatshwa ngokungcwatshwa kwembongolo, adonswe alahlwe ngaphandle kwamasango eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 22:19
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngakho-ke ngizokwehlisela indlu kaJerobhowamu okubi, ngibhubhise kuJerobhowamu bonke abesilisa kwa-Israyeli, abancane nabadala; indlu kaJerobhowamu ngiyikhukhulise okobulongwe, ize iphele nya.


UJehoyakimi wayeneminyaka engama-25 lapho eba yinkosi, wabusa iminyaka eli-11 eJerusalema. Igama likanina kwakunguZebhida, indodakazi kaPhedaya waseRuma.


UJehoyakimi walaliswa kokhokho bakhe, uJehoyakini, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Bahamba bayombheka ukuze bammbele, nokho abatholanga lutho ngaphandle kwekhanda, izinyawo, nezintende zezandla.


Kwase kukhuphuka uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, wambopha ngamaketango, wamyisa eBhabhele.


Uma umuntu ezele abantwana abayikhulu, aphile iminyaka eminingi, zibe ziningi izinsuku zeminyaka yakhe, kodwa angathokozeli izinto ezinhle empilweni, futhi angangcwatshwa, ngithi okuphuphumileyo kungcono kunaye,


“Ngiyakumisa phezu kwabo izinhlobo ezine,” kusho uSimakade: “inkemba yokubulala, izinja zokuhudula, izinyoni zezulu nezilwane zomhlaba zokudweshula nokubhubhisa.


“ ‘Ngakho-ke usho kanje uSimakade ngoJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, uthi: akuyukuba namuntu oyohlala esihlalweni sobukhosi sikaDavide; isidumbu sakhe siyakutshingwa ngaphandle ekushiseni kwasemini nasesithwathweni sasebusuku.


Wena hamba, uye endlini kaSimakade ngosuku lokuzila ukudla, ufunde abantu bezwa, ufundele nabo bonke abavela emizini yakwaJuda, wonke amazwi kaSimakade engikutshele wona, wawaloba emqulwini.


‘Bayowaneka elangeni nasenyangeni nakuzo zonke izinkanyiso zezulu, ababekuthanda, bekukhonza, bekulandela, bebuza kukho, futhi bekhuleka kukho. Awayukubuthwa, awayukwembelwa; ayakuba njengendle ebusweni bomhlaba.


Izizwe zase zigasela kulo, zivela kuwo wonke amazwe akhelene nalo, zendlala inetha phezu kwalo, labanjwa ogibeni lwazo.


Uyakuqumbeka phansi ebusweni bomhlaba, ngokuba Mina ngikhulumile,” ’ ” kusho iNkosi uSimakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ