UJeremiya 2:6 - IsiZulu 20206 Abashongo ukuthi: ‘Uphi uSimakade owasikhuphula eGibhithe, wasihola ezweni eliyihlane nogwadule; izwe lemigodi, nesomiso, ezweni lethunzi lokufa, elingadatshulwa muntu, nalapho kungahlali muntu khona na?’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Abashongo ukuthi: ‘Uphi uJehova owasikhuphula ezweni laseGibithe, wasihola ehlane ezweni lezingwadule nelemigodi, ezweni elomileyo nelethunzi lokufa, ezweni elingadatshulwa muntu, nalapho kungahlali muntu khona, na?’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Futhi abashongo ukuthi: ‘Uphi uJehova owasikhuphula ezweni laseGibithe, wasihola ehlane, ezweni eliyihlane nelemigodi, ezweni elomileyo nelethunzi lokufa, ezweni elomileyo nelethunzi lokufa. Lapho kungazange kudlule muntu khona nalapho kungazange kuhlale muntu khona? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
UGideyoni wathi kuyo: “Kodwa mnumzane, uma uSimakade enathi, kungani kwenzeke konke lokhu kithi, na? Ziphi zonke izenzo zakhe ezimangalisayo, okhokho bethu abasixoxela ngazo, bethi: ‘Akazange yini uSimakade asikhuphule eGibhithe, na?’ Kepha manje uSimakade usilahlile, wasinikela esandleni sabakwaMidiyani.”