UJeremiya 2:25 - IsiZulu 202025 Nqanda unyawo lwakho lungabi olungenasicathulo, nomphimbo wakho ukuba ungomi; kepha wena wathi: ‘Kuyize; qha, ngiyabathanda onkulunkulu babezizwe, ngizobalandela.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 Nqanda unyawo lwakho lungabi olungenasicathulo, nomphimbo wakho ukuba ungomi; kepha wathi: ‘Kuyize; cha, ngithandile abafokazi, ngiyakubalandela.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202425 Gcina izinyawo zakho zingagqoki, nomphimbo wakho ekomeni; kodwa wena wathi: Kakukho ithemba. Ngoba ngangibathanda abezizweni, ngabalandela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kunalokho impela sizokwenza konke esikuthembisile ngemilomo yethu. Sizoyishisela impepho indlovukazi yezulu, siyethulele iminikelo yokuphuzwayo, njengoba besenza thina nokhokho bethu, amakhosi ethu, nezikhulu zethu, emizini yakwaJuda nasemigwaqweni eJerusalema. Ngokuba sasidla sisutha ukudla, singahlushwa yilutho.