UJeremiya 19:7 - IsiZulu 20207 “ ‘Ngiyakuliphunzisa icebo likaJuda neJerusalema kule ndawo, ngibaqumbe phansi ngenkemba phambi kwezitha zabo, nangesandla sabafuna ukuphila kwabo. Izidumbu zabo ziyokuba ngukudla kwezinyoni zezulu nokwezilwane zasendle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 “ ‘Ngiyakuchitha kule ndawo amasu akwaJuda naseJerusalema, ngibawise ngenkemba phambi kwezitha zabo, nangesandla sabafuna ukuphila kwabo, nginike izidumbu zabo zibe ngukudla kwezinyoni zezulu nokwezilwane zomhlaba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Ngiyakuchitha icebo lakwaJuda nelaseJerusalema kule ndawo; ngiyakubawisa ngenkemba phambi kwezitha zabo nangesandla sabafuna ukuphila kwabo; izidumbu zabo ngiyakuzinika izinyoni zezulu nokwezilwane zasendle zomhlaba zibe ngukudla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Emveni kwalokho,” kusho uSimakade, “ngiyakunikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, izinceku zakhe nabantu, kulo muzi, abayosinda obhubhaneni, enkembeni, endlaleni, esandleni sikaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, esandleni sezitha zabo, esandleni sabafuna ukuphila kwabo; uyakubabhubhisa ngenkemba, angabi naluzwelo, nasihe futhi angabi namusa kubo.” ’