UJeremiya 18:15 - IsiZulu 202015 Nokho abantu bami bangikhohliwe, bashisela okuyize impepho; bakhubeka ezindleleni zabo, emendweni yasemandulo, ukuba bahambe ngemikhondo, nangezindlela ezingahlelwanga; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Ngokuba abantu bami bangikhohliwe, bashisela okuyize impepho, bakhubeka ezindleleni zabo, emendweni yasendulo ukuba bahambe ngemikhondo, ngezindlela ezingahlelwanga, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202415 Ngokuba abantu bami bangikhohliwe, bashunqise umusi kwaba yize, babakhubekisa ezindleleni zabo zasendulo, ukuba bahambe ngezindlela ezingalahlwanga; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Usho kanje uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: nina nomkenu, nikhulume ngemilomo yenu, nakufeza ngezandla zenu, nithi: ‘Nakanjani, siyakuzifeza izithembiso zethu esizenzile, zokuba sishisele indlovukazi yezulu impepho, nokuyithululela iminikelo yokuphuzwayo.’ Qhubekani nezifungo zenu, nikwenze ngokweqiniso lokho enikwethembisile.