UJeremiya 17:25 - IsiZulu 202025 kuyongena emasangweni alo muzi, amakhosi nezikhulu abahlala esihlalweni sobukhosi sikaDavide, begibele ezinqoleni nasemahhashini, bona nezikhulu zabo, nabantu bonke bakwaJuda nabakhileyo eJerusalema, lo muzi uyakuba khona kuze kube phakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 kungene ngamasango alo muzi amakhosi nezikhulu abahlala esihlalweni sobukhosi sikaDavide bekhwele izinqola namahhashi, bona nezikhulu zabo, abantu bakwaJuda nabakhileyo eJerusalema, nalo muzi uyakuhlala kuze kube phakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202425 Kuyakungena emasangweni alo muzi amakhosi nezikhulu ezihlezi esihlalweni sobukhosi sikaDavide ezigibela izinqola namahhashi, zona nezikhulu zazo, abantu bakwaJuda nabakhileyo eJerusalema; futhi lomuzi uyohlala kuze kube phakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |