UJeremiya 17:12 - IsiZulu 202012 Indawo yendlu yethu engcwele, iyisihlalo sobukhosi esikhazimulayo nesiphakemeyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Indawo yendlu yethu engcwele iyisihlalo sobukhosi esinenkazimulo esiphakemeyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 Isihlalo sobukhosi esiphakemeyo kwasekuqaleni siyindawo yendlu yethu engcwele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, le ndawo iyisihlalo sami sobukhosi, nendawo yamathe ezinyawo zami, lapho ngiyakuhlala khona phakathi kwabantu bakwa-Israyeli kuze kube phakade. Indlu yakwa-Israyeli ayisayukulingcolisa igama lami elingcwele, yona namakhosi ayo, ngokuphinga kwayo nangezidumbu zamakhosi ayo ezindaweni zayo eziphakemeyo.