UJeremiya 15:5 - IsiZulu 20205 “Ngubani oyakukuhawukela wena Jerusalema na? Ngubani oyakuba nozwelo kuwe na? Ngubani oyakuphambuka ukubuza impilo na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 “Ngokuba ngubani oyakukuhawukela wena Jerusalema na? Ngubani oyakukukhalela? Ngubani oyakuphambukela ukubuza ngempilo yakho na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Ngoba ngubani ozakuba lesihawu kuwe, Jerusalema? noma ngubani oyakulila? noma ngubani oyophuma ukubuza ukuthi unjani? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Emveni kwalokho,” kusho uSimakade, “ngiyakunikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, izinceku zakhe nabantu, kulo muzi, abayosinda obhubhaneni, enkembeni, endlaleni, esandleni sikaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, esandleni sezitha zabo, esandleni sabafuna ukuphila kwabo; uyakubabhubhisa ngenkemba, angabi naluzwelo, nasihe futhi angabi namusa kubo.” ’