8 Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:
8 Lase lifika izwi likaJehova, lithi:
8 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:
Izwi likaSimakade lafika kimi ngokwesibili, lathi:
Ngaya ePheratha, ngemba, ngayithatha indwangu yasokhalo lapho ngangiyifihle khona, bheka, indwangu yasokhalo yayonakele, ingasenamsebenzi walutho.
“Usho kanje uSimakade: ‘Ngiyakukubhubhisa kanjalo ukuziqhenya kukaJuda, nokuzigqaja kweJerusalema.
Ngabheka, ngabona emkhathini owawuphezu kwamakhanda amakherubhi, okwakufana netshe lesafire, kungathi yisihlalo sobukhosi, kwavela ngaphezu kwabo.