UJeremiya 13:19 - IsiZulu 202019 Imizi eNegevu ivaliwe, akekho oyivulayo. UJuda wonkana uthunjiwe, uthunjwe ngokupheleleyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Imizi yaseningizimu ivaliwe, akakho ovulayo; wonke uJuda uthunjiwe, uthunjiwe ngokupheleleyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202419 Imizi yaseningizimu iyovalwa, kungabikho oyivulayo; UJuda wonke uyakuthunjwa, ayiswe ekuthunjweni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
USimakade wangikhombisa; bheka, amaqoma amabili ayenamakhiwane ebekwe phambi kwethempeli likaSimakade, emveni kokuba uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ayesethumbe oJekhoniya indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakwaJuda, nezingcweti nabacangcathi bensimbi, ebathumbe eJerusalema, wabayisa eBhabhele.