Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 8:9 - IsiZulu 2020

9 Wayesethi kimi: “Ngena, ubone izinengiso ezimbi abazenzayo lapha.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wayesethi kimi: “Ngena ubone izinengiso ezimbi abazenzayo lapha.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wathi kimi: “Ngena, ubone izinengiso ezimbi abazenzayo lapha.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 8:9
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“ ‘Kepha bangihlubuka, abafunanga ukungilalela, kwaba yilowo nalowo akaze azilahla izinto ezenyanyekayo ezaziphambi kwakhe; abazishiyanga izithombe zaseGibhithe, ngase ngithi ngiyakuthululela ulaka lwami phezu kwabo; intukuthelo yami ephelele ngiyithululele kubo eGibhithe.


Ngangena, ngabona; kwakunemifanekiso yazo zonke izinto ezinwabuzelayo, nezilwanyana ezinengekayo, nazo zonke izithombe zendlu ka-Israyeli, kudwetshwe odongeni nxazonke.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, uyakubona yini lokhu abakwenzayo; izinengiso ezinkulu indlu yakwa-Israyeli ezenza lapha, ukuze ngiqhele ngibe kude nendlu yami engcwele na? Kepha usazobuye ubone ezinye izinengiso ezinkulu.”


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, ake ugqebhule ugange.” Kwathi ukuba ngilugqebhule ugange, mameshane, kwakukhona umnyango.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ