UHezekeli 7:9 - IsiZulu 20209 Iso lami aliyukukubheka ngesihawu, angiyukuba naluzwelo; ngiyakuphindisela kuwe ngokwezindlela zakho, izinengiso zakho ziyokuba phakathi kwakho; niyakukwazi ukuthi Mina Simakade ngiyashaya. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Iso lami aliyikuhawukela, ngingabi nabubele, ngehlisele phezu kwakho njengezindlela zakho, izinengiso zakho zibe phakathi kwakho, nazi ukuthi mina Jehova ngiyashaya. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Iso lami aliyikuhawukela, futhi angiyikuba nesihe; ngiyakukubuyisela ngokwezindlela zakho nezinengiso zakho eziphakathi kwakho; niyakwazi ukuthi nginguJehova oshayayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Emveni kwalokho,” kusho uSimakade, “ngiyakunikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, izinceku zakhe nabantu, kulo muzi, abayosinda obhubhaneni, enkembeni, endlaleni, esandleni sikaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, esandleni sezitha zabo, esandleni sabafuna ukuphila kwabo; uyakubabhubhisa ngenkemba, angabi naluzwelo, nasihe futhi angabi namusa kubo.” ’