Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 48:9 - IsiZulu 2020

9 “Umnikelo eniyakunikela ngawo kuSimakade uyakuba ngamakhubhithi ayizi-25 000 ubude, ububanzi bube ngayizi-10 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Umnikelo eniyakunikela ngawo kuJehova uyakuba yizingalo eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude, ububanzi bube yizinkulungwane eziyishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Umnikelo womlilo oyowuletha kuJehova kumelwe ube yizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude nezinkulungwane eziyishumi ububanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 48:9
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“ ‘Bayakuba nefa; Mina ngiyifa labo; aniyukubanika imfuyo kwa-Israyeli; Mina ngiyimfuyo yabo.


“ ‘Kuyothi lapho izwe senilehlukanisa ngonkatho ukuba libe yifa, bese ninikela kuSimakade ingxenye yalo ekhethekileyo, ubude balelo lizwe kube ngamakhubhithi ayizi-25 000; ububanzi bube ngamakhubhithi ayizi-10 000; liyakuba yindawo engcwele, kuyo yonke imingcele yalo nxazonke.


Nanku umnikelo ongcwele: owabaphristi uyakuba ngamakhubhithi ayizi-25 000 ngasenyakatho, entshonalanga ube ayizi-10 000 ububanzi, empumalanga ube ayizi-10 000 ububanzi, nangaseningizimu ube ayizi-25 000 ubude. Indlu engcwele kaSimakade iyakuba phakathi nawo.


“Ngasemngceleni wakwaJuda, kusukela ohlangothini olusempumalanga kuze kube kolusentshonalanga, kuyakuba ngumnikelo eniyakunikela ngawo; ububanzi bube ngamakhubhithi ayizi-25 000, ubude bube njengesinye sezabelo kusukela ohlangothini olusempumalanga kuze kube kolusentshonalanga. Indlu engcwele iyakuba phakathi naso.


zakhuluma kubo eShilo eKhanani, zathi: “USimakade wayala ngoMose ukuba sinikwe imizi esizohlala kuyo namadlelo emfuyo yethu.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ