Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 48:30 - IsiZulu 2020

30 “Nanka amasango okuphuma omuzi: Kusukela ohlangothini olusenyakatho kuyakuba ngamakhubhithi ayizi-4 500 ngokulinganisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 “Nanka amacele omuzi: kusukela ohlangothini lwasenyakatho yizingalo eziyizinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu ngokulinganisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Lezi ziyizindawo zokuphuma zomuzi ohlangothini lwasenyakatho: amakori ayizinkulungwane ezine namakhulu amahlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 48:30
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaLeya kwakunguRubeni, izibulo likaJakobe, kulandele uSimeyoni, uLevi, uJuda, u-Isakhare noZabuloni.


Indlela eyayiphambi kwawo yayifana neyamakamelo ayengasenyakatho, ububanzi bufana nobude; kanjalo nezindawo zawo zokuphuma neminyango yazo.


“ ‘Maqondana nesiqinti esehlukaniselwe ukuba yindawo engcwele, kuyakuthi umuzi osondele kuso ube ngoka-Israyeli wonkana, ububanzi buyakuba yizi-5 000, ubude bube yizi-25 000.


Nazi izilinganiso zalo izwe: uhlangothi olusenyakatho kuyakuba ngamakhubhithi ayizi-4 500, oluseningizimu kube ayizi-4 500, olusempumalanga kube ayizi-4 500, nolusentshonalanga kube ayizi-4 500.


Amasango omuzi ayakubizwa ngamagama ezizwe zakwa-Israyeli, amasango amathathu abe ngasenyakatho: elinye kuyakuba yisango lakwaRubeni, elinye kube ngelakwaJuda, elinye kube ngelakwaLevi.


Umuzi wawunezinhlangothi ezine, ubude bawo bulingana nobubanzi bawo. Wawukala umuzi ngenduku; ubude, ububanzi, nokuphakama kwawo kwakulingana, kungamastadiyu ayizi-12 000.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ