Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 48:18 - IsiZulu 2020

18 Indawo eseleyo emaqondana nendawo yomnikelo ongcwele, ubude bayo buyakuba ngamakhubhithi ayizi-10 000 ngasempumalanga, nayizi-10 000 ngasentshonalanga, kuqondane nomnikelo ongcwele. Izithelo zayo ziyakuba ngukudla kwabasebenza emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Okusele ebudeni maqondana nomnikelo ongcwele kuyakuba yizinkulungwane eziyishumi ngasempumalanga, nezinkulungwane eziyishumi ngasentshonalanga, kuqondane nomnikelo ongcwele, izithelo zawo zibe ngukudla kwabasebenza emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Okuseleyo kubude bomnikelo wenkonzo engcwele kuyakuba yizinkulungwane eziyishumi ngasempumalanga nezinkulungwane eziyishumi ngasentshonalanga; kumelwe kube ngokumelene nomnikelo wengxenye engcwele; futhi umkhiqizo wawo kumelwe ube ukudla kwabasebenzi bomuzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 48:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“ ‘Maqondana nesiqinti esehlukaniselwe ukuba yindawo engcwele, kuyakuthi umuzi osondele kuso ube ngoka-Israyeli wonkana, ububanzi buyakuba yizi-5 000, ubude bube yizi-25 000.


Umuzi uyakuba namadlelo: ngasenyakatho kuyakuba ngamakhubhithi angama-250, eningizimu abe ngama-250, empumalanga abe ngama-250, nangasentshonalanga abe ngama-250.


Abasebenza emzini bayakuwulima, bevela kuzo zonke izizwe zakwa-Israyeli.


Kodwa kusukela ngalolo lusuku uJoshuwa wabenza abathezi bezinkuni nabakhela ibandla lonke ne-althare likaSimakade amanzi. Lona ngumsebenzi abasaqhubeka ukuwenza nanamhlanje endaweni aziqokele yona uNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ