UHezekeli 48:16 - IsiZulu 202016 Nazi izilinganiso zalo izwe: uhlangothi olusenyakatho kuyakuba ngamakhubhithi ayizi-4 500, oluseningizimu kube ayizi-4 500, olusempumalanga kube ayizi-4 500, nolusentshonalanga kube ayizi-4 500. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Nazi izilinganiso zalo: uhlangothi lwasenyakatho yizinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu, nohlangothi lwaseningizimu izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu, nasohlangothini lwasempumalanga izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu, nohlangothi lwasentshonalanga izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Lezi ziyakuba yizilinganiso zakhe; icala lasenyakatho ngamawaka amane anamakhulu amahlanu, icala langasezantsi libe ngamawaka amane anamakhulu amahlanu, icala lasempumalanga libe ngamawaka amane anamakhulu amahlanu, icala lasentshonalanga libe ngamawaka amane anamakhulu amahlanu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |