Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 48:13 - IsiZulu 2020

13 “Maqondana nomngcele wabaphristi, abaLevi bayakuba nesabelo esingamakhubhithi ayizi-25 000 ubude, ububanzi bube ayizi-10 000, bonke ubude bube ayizi-25 000, ububanzi bube ayizi-10 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 “Maqondana nomkhawulo wabapristi amaLevi ayakuba nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude nezinkulungwane eziyishumi ububanzi, bonke ubude bube yizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu, ububanzi bube yizinkulungwane eziyishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 “Ngaphezu komkhawulo wabapristi amaLevi ayakuba nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude nezinkulungwane eziyishumi ububanzi; bonke ubude bube ngamashumi amabini anamahlanu amawaka, nobubanzi bube lishumi lamawaka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 48:13
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngonyaka uyoletha endlini kaSimakade uNkulunkulu wakho okwekhethelo kwesivuno sakho sokuqala. “Ungalipheki izinyane lembuzi obisini lukanina.”


Kulesi siqinti esikhethekileyo uyakukala indawo engamakhubhithi ayizi-25 000 ubude, nayizi-10 000 ububanzi, ibe yindawo engcwele, nendawo engcwelengcwele.


Esinye isiqinti sendawo esingamakhubhithi ayizi-25 000 ubude, nayizi-10 000 ububanzi, siyakuba yindawo yabaLevi abakhonza ethempelini, sibe yindawo enemizi abahlala kuyo.


Kuyakuba ngumnikelo okhethekileyo kubo, umnikelo wezwe, endaweni engcwelengcwele, ngasemngceleni wabaLevi.


Abayukuthengisa ngawo, bangananiselani ngawo; lena yindawo ekhethekileyo yezwe, bangalidluliseli komunye umuntu izwe, ngokuba lingcwele kuSimakade.


Amasimu namadlelo omuzi wabo akunakuthengiswa, ngokuba kuyifa labo, kuze kube phakade.


Hlalani kuleyo ndlu, nidle, niphuze abanipha khona, ngokuba isisebenzi siyifanele inkokhelo yaso. Ningaphumi ningena izindlu ngezindlu.


Qaphela, funa ningamnakekeli umLevi zonke izinsuku zokuhlala kwenu ezweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ