Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 45:5 - IsiZulu 2020

5 Esinye isiqinti sendawo esingamakhubhithi ayizi-25 000 ubude, nayizi-10 000 ububanzi, siyakuba yindawo yabaLevi abakhonza ethempelini, sibe yindawo enemizi abahlala kuyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude nezinkulungwane eziyishumi ububanzi ziyakuba ngezamaLevi, izikhonzi zendlu, zibe yifa lawo lemizi ukuhlala kuyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude nezinkulungwane eziyishumi ububanzi ziyakuba ngamaLevi, izinceku zendlu, kube yifa lawo amakamelo angamashumi amabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 45:5
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesengingenisa egcekeni elingaphandle; uyabona-ke, lapho kwakukhona amakamelo nendawo egandayiweyo egcekeni nxazonke; kwakukhona namakamelo angama-30 endaweni egandayiweyo.


Nanku umnikelo ongcwele: owabaphristi uyakuba ngamakhubhithi ayizi-25 000 ngasenyakatho, entshonalanga ube ayizi-10 000 ububanzi, empumalanga ube ayizi-10 000 ububanzi, nangaseningizimu ube ayizi-25 000 ubude. Indlu engcwele kaSimakade iyakuba phakathi nawo.


“Maqondana nomngcele wabaphristi, abaLevi bayakuba nesabelo esingamakhubhithi ayizi-25 000 ubude, ububanzi bube ayizi-10 000, bonke ubude bube ayizi-25 000, ububanzi bube ayizi-10 000.


Wonke umnikelo uyakuba ngamakhubhithi ayizi-25 000, nayizi-25 000, ninikele ngomnikelo ongcwele, unezinhlangothi ezine nefa lomuzi.


Niyakuhlala emadokodweni izinsuku eziyisikhombisa, bonke abangabozalo kwa-Israyeli bayohlala emadokodweni,


“Yala abantu bakwa-Israyeli ukuba baphe abaLevi, ezweni eliyifa labo, imizi ukuba bahlale kuyo. AbaLevi niyobanika namadlelo azungeze leyo mizi, nxazonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ