Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 45:3 - IsiZulu 2020

3 Kulesi siqinti esikhethekileyo uyakukala indawo engamakhubhithi ayizi-25 000 ubude, nayizi-10 000 ububanzi, ibe yindawo engcwele, nendawo engcwelengcwele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kuso lesi silinganiso uyakulinganisa ubude obuyizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu nobubanzi obuyizinkulungwane eziyishumi, kube yindawo engcwele kakhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngaleso silinganiso niyakulinganisa ubude obuyizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu nobubanzi obuyizinkulungwane eziyishumi; futhi kuyakuba khona indawo engcwele neNgcwelengcwele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 45:3
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wakha futhi amakhubhithi angama-20 ngamapulangwe emisedari ngaseceleni lendlu langasemuva, kusukela phansi kuze kufike emishayweni, wazakhela phakathi okwaba yigumbi, okuyindawo engcwelengcwele.


Ingxenye yalo iyakuba yindawo engcwele engamakhubhithi angama-500 nxazonke, nendawo eyisikwele eyizungezile engenalutho engamakhubhithi angama-50.


Iyakuba yisiqinti esingcwele ezweni, ibe ngeyabaphristi, abakhonza endaweni engcwele, labo abasondela kuSimakade ukuba bamkhonze. Iyakuba yindawo yabo yokuhlala, ibuye ibe yindawo engcwele.


Nanku umnikelo ongcwele: owabaphristi uyakuba ngamakhubhithi ayizi-25 000 ngasenyakatho, entshonalanga ube ayizi-10 000 ububanzi, empumalanga ube ayizi-10 000 ububanzi, nangaseningizimu ube ayizi-25 000 ubude. Indlu engcwele kaSimakade iyakuba phakathi nawo.


“Ngasemngceleni wakwaJuda, kusukela ohlangothini olusempumalanga kuze kube kolusentshonalanga, kuyakuba ngumnikelo eniyakunikela ngawo; ububanzi bube ngamakhubhithi ayizi-25 000, ubude bube njengesinye sezabelo kusukela ohlangothini olusempumalanga kuze kube kolusentshonalanga. Indlu engcwele iyakuba phakathi naso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ