Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 42:5 - IsiZulu 2020

5 Amakamelo aphezulu ayemafishane, ngokuba imipheme yayithathe indawo enkulu kuwo kunaleyo eyayikweyangaphansi neyayiphakathi esakhiweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Amakamelo aphezulu ayemafushane, ngokuba imipheme yanciphisa kulawa kunakwaphansi naphakathi esakhiweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Amakamelo angaphezulu ayemafishane, ngokuba amagalari ayephakeme kunalawa, kunalawo aphansi naphakathi kwesakhiwo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 42:5
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesekala ubude besakhiwo esasiphambi kwendawo eyahlukanisiweyo eyayingemuva kwaso nemiphemegumbi yayo nxazonke; yaba ngamakhubhithi ayikhulu, kanjalo nethempeli elingaphakathi, nemiphemegumbi yegceke.


Amakamelo ezinhlangothi aba banzi ekukhuphukeni nxazonke, ngokuba okuzungeza indlu kwakukhuphuka nxazonke zendlu; ngalokho indlu yaba banzi ekukhuphukeni njalo; kwakhushukwa ekamelweni eliphansi kwaze kwaba kweliphezulu neliphakathi.


Ngakolunye uhlangothi kwakungamakhubhithi angama-20, ayezungeze igceke elingaphakathi, kuthi maqondana nendawo egandayiweyo eyayingeyegceke elingaphandle kube khona umpheme oqondene nemipheme eyelakanyene kathathu.


Ayengenazo izinsika ezazifana nezinsika zamagceke, njengoba wona ayelakanyene kathathu; lawo ayengaphezulu ayemancane kunalawo ayengaphansi naphakathi kusukela emhlabathini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ