Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 42:4 - IsiZulu 2020

4 Kwakukhona umhubhe phambi kwamakamelo, ububanzi bawo bungamakhubhithi alishumi ngaphakathi, ubude bawo buyikhulu; iminyango yawo yayingasenyakatho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngaphambi kwamakamelo kwakukhona indlela yokuhamba, ububanzi bayo buyizingalo eziyishumi ngaphakathi, nobude bayo buyizingalo eziyikhulu; iminyango yawo yayingasenyakatho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Phambi kwamakamelo kwakukhona indlela eyizingalo eziyishumi ububanzi phakathi kwayo, nomzila oyingalo eyodwa; iminyango yawo ibheke enyakatho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 42:4
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesengikhipha egcekeni elingaphandle elingasenyakatho, wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo eyahlukanisiweyo, eliqondene nesakhiwo esingasenyakatho,


Indlela eyayiphambi kwawo yayifana neyamakamelo ayengasenyakatho, ububanzi bufana nobude; kanjalo nezindawo zawo zokuphuma neminyango yazo.


Wayesengingenisa ngendawo yokungena eseceleni kwesango emakamelweni angcwele abaphristi, abheke ngasenyakatho. Kwakukhona lapho indawo esekugcineni ngasentshonalanga.


Kepha isango lincane nendlela ingumngcingo eholela ekuphileni; bayingcosana abayifumanayo.


“Phikelelani ukungena ngomnyango omncane. Ngokuba ngithi kini: baningi abayakufuna ukungena, kodwa behluleke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ