Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 42:1 - IsiZulu 2020

1 Wayesengikhipha egcekeni elingaphandle elingasenyakatho, wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo eyahlukanisiweyo, eliqondene nesakhiwo esingasenyakatho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wayesengiphumisela egcekeni elingaphandle ngasenyakatho, wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo eyahlukanisiweyo, elimalungana nesakhiwo ngasenyakatho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wayesengikhiphela egcekeni elingaphandle, indlela eya enyakatho; wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo esesithelweni, elalingaphambi kwesakhiwo, ngasenyakatho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 42:1
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza nezinsika: zingamakhubhithi angama-60, isango lifinyelela ensikeni yegceke nxazonke.


Wayesengingenisa egcekeni elingaphandle; uyabona-ke, lapho kwakukhona amakamelo nendawo egandayiweyo egcekeni nxazonke; kwakukhona namakamelo angama-30 endaweni egandayiweyo.


Wayeselinganisa ubude nobubanzi besango legceke elingaphandle elibheke ngasenyakatho.


Wayesengiyisa ngaseningizimu; lapho kwakukhona isango lingaseningizimu. Wazilinganisa izinsika zalo nemiphemegumbi yalo njengezilinganiso ezishiwo ngenhla.


Wayesengingenisa egcekeni elingaphakathi ngesango eliseningizimu; walilinganisa lelo sango njengezilinganiso ezibalulwe ngenhla.


Wayesengingenisa ethempelini, wakala izinsika ngayinye, ububanzi babungamakhubhithi ayisithupha ngapha nangapha, yilobo-ke ububanzi bezinsika, zethabanakeli.


Phakathi kwamakamelo kwakukhona indawo ebanzi engamakhubhithi angama-20 nxazonke zendlu emaceleni wonke.


Uhlonze lodonga olungaphandle emakamelweni lwalungamakhubhithi amahlanu, kunendawo ebanzi phakathi kwamakamelo nendlu, leyo ndawo yayingeyamakamelo ayesezinhlangothini zendlu.


Lapho ugange lwegceke lwalubanzi khona ngasempumalanga, phambi kwendawo eyahlukanisiweyo naphambi kwesakhiwo; nalapho kwakukhona amakamelo.


Wayesethi kimi: “Amakamelo asenyakatho namakamelo aseningizimu aphambi kwendawo eyahlukaniswe ngamakamelo angcwele, lapho abaphristi abaseduze noSimakade beyakudlela khona okungcwelengcwele. Bayakubeka lapho umnikelo wokusanhlamvu, umnikelo wesono nomnikelo wecala, ngokuba leyo ndawo ingcwele.


Kwakukhona umhubhe phambi kwamakamelo, ububanzi bawo bungamakhubhithi alishumi ngaphakathi, ubude bawo buyikhulu; iminyango yawo yayingasenyakatho.


Kepha igceke elingaphandle kwethempeli uliyeke, ungalilinganisi, ngokuba linikwe izizwe, nomuzi ongcwele ziyakuwugxobagxoba izinyanga ezingama-42.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ