Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 41:9 - IsiZulu 2020

9 Uhlonze lodonga olungaphandle emakamelweni lwalungamakhubhithi amahlanu, kunendawo ebanzi phakathi kwamakamelo nendlu, leyo ndawo yayingeyamakamelo ayesezinhlangothini zendlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Uhlonze lodonga olwalungolwamakamelo ezinhlangothi ngaphandle lwaluyizingalo eziyisihlanu; indawo eseleyo yayingeyamakamelo ezinhlangothi endlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ububanzi bodonga lwegumbi eliseceleni ngaphandle babuyizingalo eziyisihlanu; futhi okwakusele kwakuyindawo yamakamelo asemaceleni ayengaphakathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 41:9
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Iminyango yamakamelo ezinhlangothi yayibheke endaweni eseleyo, omunye umnyango ungasenyakatho nomunye ungaseningizimu; ububanzi bendawo eseleyo babungamakhubhithi ayisihlanu nxazonke.


Wayesekala udonga lwendlu lwaba ngamakhubhithi ayisithupha; ububanzi bamakamelo ezinhlangothi bungamakhubhithi amane, nxazonke zendlu.


Wayesengikhipha egcekeni elingaphandle elingasenyakatho, wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo eyahlukanisiweyo, eliqondene nesakhiwo esingasenyakatho,


Kwakukhona umhubhe phambi kwamakamelo, ububanzi bawo bungamakhubhithi alishumi ngaphakathi, ubude bawo buyikhulu; iminyango yawo yayingasenyakatho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ