Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 41:2 - IsiZulu 2020

2 Ububanzi bomnyango babungamakhubhithi alishumi, amacele omnyango engamakhubhithi amahlanu ngakulolu hlangothi emi kanjalo nangakolunye. Wakala ubude balo: babungamakhubhithi angama-40; ububanzi balo bungama-20.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ububanzi bomnyango babuyizingalo eziyishumi; amacele omnyango ayeyizingalo eziyisihlanu ngalapha nezingalo eziyisihlanu ngalapha; walinganisa ubude balo: yizingalo ezingamashumi amane; nobubanzi balo: yizingalo ezingamashumi amabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ububanzi bomnyango babuyizingalo eziyishumi; izinhlangothi zomnyango zaziyizingalo eziyisihlanu ngalapha nezingalo eziyisihlanu ngalapha; walinganisa ubude balo: buyizingalo ezingamashumi amane, nobubanzi balo: yizingalo ezingamashumi amabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 41:2
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indlu yangaphambili yethempeli yayiyingamakhubhithi angama-40.


Indlu, inkosi uSolomoni eyayakhela uSimakade, ubude bayo babungamakhubhithi angama-60, nobubanzi bayo bungamakhubhithi angama-20, nokuphakama kwayo kwakungamakhubhithi angama-30.


Bavala nezivalo zompheme, bacima izibani, abayishisanga impepho, abanikelanga ngeminikelo yokushiswa endaweni engcwele kuNkulunkulu ka-Israyeli.


Nasi-ke isisekelo esabekwa nguSolomoni ukuba kwakhiwe indlu kaNkulunkulu: ubude ngokulinganisa ngamakhubhithi akuqala kwakungamakhubhithi angama-60, ububanzi bungamakhubhithi angama-20.


Wahuqa indlu, imishayo, imibundu, izindonga zayo, neminyango yayo ngegolide, waqopha amakherubhi ezindongeni.


“Uyokwenza isihenqo sasemnyango wethende ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, umsebenzi womfekethisi.


Benza amakhethini ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, umsebenzi wengcweti yokuhlobisa.


Wayesengibuyisela emnyango wendlu. Kwakugeleza amanzi phansi kombundu wendlu ngasempumalanga, ngokuba indlu yayibheke ngasempumalanga. Amanzi aphophoza ephuma phansi ohlangothini lwakwesokunene lwendlu, ngaseningizimu ye-althare.


Ngalokho-ke uJesu wabuye wathi: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Mina ngiyisango lezimvu.


Mina ngiyisango; uma umuntu engena ngami, uyakusindiswa, angene, aphume, aklabe edlelweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ